iZulu indawo lapho kuthule khona, akhukho dlame kanti futhi abaningi bayazi njengendawo ethulile, enhle, futhi yilapho siyakhona uma sesindlulile (sesifile)emhlabeni. Ngingasho ngithi inobudlelwano nenkosi yethu uMvelinqangi.