Jacob Zuma GCB | |
---|---|
Umongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 9 ngoNhlaba 2009 – 14 uNhlolanja 2018 | |
Deputy | Kgalema Motlanthe |
Emva kwa | Kgalema Motlanthe |
uLandelwa | Cyril Ramaphosa |
Umongameli we-ANC | |
Isikhathi: 18 ngoZibandlela 2007 – 18 kuZibandlela 2017 | |
Deputy | Kgalema Motlanthe |
Emva kwa | Thabo Mbeki |
uLandelwa | Cyril Ramaphosa |
Umongameli isekela waseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 14 ngoNhlangula 1999 – 14 ngoNhlangula 2005 | |
President | Thabo Mbeki |
Emva kwa | Thabo Mbeki |
uLandelwa | Phumzile Mlambo-Ngcuka |
Ilungu Lephalamende | |
Isikhathi: 1999–2005 | |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Jacob Gedleyihlekisa Zuma 12 ngoMbaso 1942 Inkandla, Umbuso waseNigizimu Afrika |
Uhlobo | abAfrika waseningizimu |
Iqembu | African National Congress (1959–manje) |
Ubeshada | Gertrude Sizakele Khumalo (1973–manje) Kate Zuma (1976–2000)[1] Nkosazana Dlamini (1982–1998) Nompumelelo Ntuli (2008–manje) Thobeka Mabhija (2010–manje)[2] |
Abantwana | 20 |
uJacob Gedleyihlekisa Zuma (uzalwa mhla ziyi12 kuMbasa wezi1942) unguMongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika.[3]
Isiga lakhe singu-JZ. Isithakazelo lakhe singuMsholozi. Iyibizo futhi weculo ngebhendi Izingane Zoma.[4]
Zuma ubezalwa eNkandla, KwaZulu-Natal.[5]
uJacob Zuma wawuthola ukugxeka kakhulu ngoNkandla, umuzi wakhe owakhiwe eNkanla, KZN, ngoba usenze imali yabantu baseNingizimu Afrika. Ukugxeka kunomsindo kwafika ngu-EFF, ngenkathi bamemeza "Pay back the money!" ephalamende ngo-21 uNcwaba, 2014.
Ngo mhlaka-14 kuNhlolanja 2018 uMongameli Jacob Zuma washiya phansi izintambo njengoMongameli waseNingizimu Afrika. Wakusho lokhu kumbiko oyisepesheli esiteshini sokusakaza somphakathi kwa-SABC.
NgoSepthemba 2021, iNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika yasichitha ngenkani isicelo sikaMengameli wezwe uJacob Zuma sokuguqula isinqumo sakhe sokumgweba izinyanga eziyishumi nanhlanu ejele ngenxa yokudelela ubulungiswa.