Mageba Sphathiwa kaGumede
Inkosi yamaZulu
Isikhathi 1727-1745
Igama ikhulu Mageba kaGumede
Ubezalwa ngoMasingane 1, 1667(1667-01-01)
Ubefa ngoMasingane 1, 1745(1745-01-01)
Predecessor Phunga kaGumede
Abantwana
Royal House Zulu
Ubaba Gumede kaZulu

Mageba Sphathiswa kaGumede (c. 1667 – c. 1745) wayeyinkosi yezizwe sama Zulu kusukela ngonyaka wama-1727 kuyakyama-1745. Umfowabo kaMageba kwabe kungu Phunga bobabili babezalwa nguGumede. UMageba wabe enamadodana amabili okwabe kunguNdaba kanye Sphathiswa kaMpangazitha. UMpangazitha akazange aba yinkosi, washada nomzala wakhe kubo lobu budlelwano yilappho kwaqhamuka khona izibongo zakwaMbatha nesakwaMageza.


Le-athikhili iyisigcino (isiNgisi: "a stub"). Ungakwazi ukusiza uWikipedia: ngokuyikhulisa.


Inkosi wamaZulu
Emva kwa- :
Phunga
Isikhathi
1727–1745
Phambi kwa- :
Ndaba