Umnikeli
Fanyane Ongcwele
Ubezalwa Fanyane

Ngingumnikeli onikela kuyo yonke imikhakha edinga ucwaningo, ikakhulu eyenzululwazi. Angiyena ungoti noma ingcweti. Kodwa ngiyakwazi ukuhumusha. Iminikelo yami eminingi egxile ekuhumusheni kususela esingisini. Ngiyakuthanda ukubhala ngesiZulu kanye nokwetha amagama amasha.